Ukuqinisela kwamadoda kungaholela esifweni sengqondo

Phili Mjoli|Published

KUSENZIMA ukuthi amadoda aphumele obala aveze okuwaphethe kabi nokuholela ekutheni agcine ehlaselwa yizifo zengqondo.

Inqwaba yabesifazane iba nezinkinga ngemva kokubeletha

Phili Mjoli|Published

BANGAPHEZULU kuka-40 million emhlabeni abantu besifazane okungenzeka babe nezinkinga zezempilo zesikhathi eside ngemva kokubeletha.

Ubuhle nobubi bekhofi

Phili Mjoli|Published

IKHOFI lingesinye seziphuzo ezithandwa ngabantu abaningi emhlabeni.

Uhlobo lwesifo sikashukela lwakamuva luyingozi entsheni ekhuluphele ngokweqile

Phili Mjoli|Published

ONGOTI bezempilo bathi isifo sikashukela esiyingxube yezinhlobo ezimbili zesifo sikashukela ezaziwayo, i-hybrid diabetes sizodala izinkinga zezempilo entsheni ngoba ...

Ukudla izicoficofi kungadala impandla

Phili Mjoli|Published

UKUDLA izicoficofi okungaba ukumaya ukudla okunoshukela omningi, inyama ebomvu, utshwala, ukudla okugayiwe, okufakwe ama-artificial sweetners kungaholela ekutheni ...

Indlela oya ngayo ezinsukwini ingaba yinkomba yezifo zenzalo

Phili Mjoli|Published

INDLELA oya ngayo ezinsukwini zakho ingakukhombisa ukuthi unenkinga yokukhulelwa noma cha.

Isiminyaminya ngosuku lokugcina lwezigubhu zikagesi

Phili Mjoli|Published

IZINKUMBI zamakhasimende anezinkinga zezigubhu zikagesi osebenzisa ikhadi nayizolo bezisaqhubeka nokutheleka emahhovisi ase-Eskom ehlukene, yize le nkampani ibisimemezele ...

Izinkinga zenzalo zidala ingcindezi emadodeni

Phili Mjoli|Published

Izinkinga zesidoda, ukukhuluphala ngokweqile, ukubhema notshwala kungezinye zezizathu ezidala ukungazali kwabesilisa.

Indlela abezelapha ngayo isiphenduke ibhizinisi

Phili Mjoli|Published

UMSEBENZI wezandla awuqala esohambeni lokwelapha ingcindezi nokhwantalala, usuphenduke ibhizinisi.

Ukunuka komlomo kungadalwa izinto eziningi

Phili Mjoli|Published

UKUNUKA komlomo isimo esijwayelekile eseyamaniswa nokungaxubhi kodwa ongoti benhlanzeko yomlomo bathi kuyenzeka singadalwa ukuthi awuxubhi kodwa sidalwe ukudla okudlayo ...

Kukhuzwa abelaphi abalahla izilwane emifuleni

Phili Mjoli|Published

INHLANGANO yabelaphi i-National Unitary Professional Association for African Traditional Health Practitioners of SA (NAPUTSA) ikhuza abelaphi baKwaMashu naseNtuzuma ...

Uhulumeni luyamehlula udaba lokudla okunobuthi: izishoshovu

Phili Mjoli|Published

IZINHLAKA zikahulumeni eziqinisekisa ukuthi umphakathi udla ukudla okuphephile okusezingeni eliyilo zehlulekile ukwenza umsebenzi wazo.

Iyinzukazikeyi eyezingane eziguliswa ukudla okunobuthi

Phili Mjoli|Published

IYINZUKAZIKEYI indaba yezigameko zezingane ezidle ukudla okunobuthi zagula muva nje.

Kukhuzwa abesifazane ngokusebenzisa i-flagyl kungafanele

Phili Mjoli|Published

ABANYE abantu besifazane akupheli isikhathi eside bengawasebenzisanga ama-antibiotics iMetronidazole, ...

Ushukela uyingozi nasenganeni engakazalwa

Phili Mjoli|Published

UKUDLA izicoficofi, noshukela ngesikhathi ukhulelwe kungaholela ekutheni ingane ibe nezifo ezingamahlalakhona ezihambisana nendlela odla ngayo uma isikhulile.

Isithukuthezi sokujika nelanga simholele kolunoju ibhizinisi

Phili Mjoli|Published

INGCINDEZI nokuhlala edlinza ngokuvalwa kwenyuvesi, wabe esehlala ekhaya ngesikhathi sokubheduka kobhubhane lweCovid-19, kuzale ibhizinisi kowesifazane waseMpangeni. ...

Ukuthinta amanzi akusidali isifo samathambo kuyasithunuka: udokotela

Phili Mjoli|Published

ISIFO samathambo kasidalwa ukusebenzisa kakhulu amanzi njengoba abantu abaningi becabanga.

Izinkulisa eziwumbombayi zidonsa zibhekise le: abezinkulisa

Phili Mjoli|Published

OQHIBUKHOWE bezinkulisa ezisebenzela emakhaya ezibiza kancane ziphazamisa umsebenzi wezinkulisa ezisebenza ngokusemthethweni.

Isisende asilona ilumbo siyelapheka: udokotela

Phili Mjoli|Published

ISIFO sokwakheka koketshezi esikhwameni samankwahla asilona ilumbo, isifo esikhona esivamile kubantu besilisa asebekhulile.

Belulekwe ngezinto ezibalulekile ezikhulisa amabhizisini

Phili Mjoli|Published

ABALULEKA osomabhizinisi abancane bathi kumele bangagijimeli ukuyofunda amakhono ebhizinisi ngoba behehwa imali yokugibela abazoyithola. UMnuz Elijah Masondo wenkampani ...

Asezohlolwa izifo emicimbini yengoma amadoda

Phili Mjoli|Published

“SESIZOKWAZI ukukhulukeka sikwazi ukuhlolwa ngaphandle kokwesaba ukuthi amalungu omphakathi azokhuluma ngathi uma esibone emitholampilo. ”

Usuku lwezehlo kushona iziguli kusha nesibhedlela

Phili Mjoli|Published

KUSHONE iziguli ezimbili ezingozini ezintathu ezehlukekene ezenzeke KwaZulu-Natal.

Ungazami izaba ekhaya uma ulunywe inyoka

Phili Mjoli|Published

AKUKHO okumele ukwenze ekhaya uma ulunywe inyoka ngaphandle kokuphuthuma esibhedlela noma ufonele umuntu owungoti wezinyoka akuyalele isibhedlela esikwaziyo ukwelapha ...

Abesifazane kumele babe sekhaleni lokulwa nendlala

Phili Mjoli|Published

UMA zinganda izinhlelo zokuthuthukisa abesifazane emkhakheni wezolimo, ingancipha indlala.

Ukudla okungenampilo kunomthelela wokuvuvukala kwendlala yesinye

Phili Mjoli|Published

UKUKHULUPHALA ngokweqile okubhebhezelwa ukudla okunoshukela namafutha amaningi nokungawunyakazisi umzimba kungaholela ekutheni kuvuvukale indlala yesinye emadodeni. ...

Southern Suburbs Tatler